Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




AbAhluleli 21:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Basebesithi: Ngubani ezizweni zakoIsrayeli ongakhuphukelanga eNkosini eMispa? bheka, kwakungekho muntu ekamu laseJabeshi kwaGileyadi emva kokuhlangana.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Bathi: “Yisiphi kuzo izizwe zakwa-Israyeli esingakhuphukelanga kuJehova eMispa na?” Bheka, akufikanga muntu ekamu* ovela eJabeshi Gileyadi ukuya ebandleni.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

8 Base bethi: “Sikhona yini esinye isizwana phakathi kwezizwana zakwa-Israyeli esingakhuphukelanga kuSimakade eMizpha, na?” Kwatholakala ukuthi akukho namunye kwabaseJabheshi Gileyadi oweza enkanjini enhlanganweni.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




AbAhluleli 21:8
9 Iomraidhean Croise  

Lapho lonke iJabeshi eGileyadi likuzwa konke amaFilisti ayekwenzile kuSawule,


Siyakwenza kanjani ngabafazi kwabaseleyo, thina safunga uJehova ukuthi asiyikuwanika amadodakazi ethu abe ngomkakho?


Abantu babalwa, bheka, kwakungekho noyedwa kwabakhileyo eJabeshi kwaGileyadi.


Qalekisani iMerosi, isho ingelosi kaJehova, qalekisani abakhileyo kulo kamunyu; ngoba abazange bamsize uJehova, uJehova weza ukusiza ngokumelene namaqhawe.


Wathatha izinkabi, wazihlahlela, wazithuma ngesandla sezithunywa kuwo wonke umkhawulo wakwa-Israyeli, wathi: “Ongaphumi ukulandela uSawule noSamuweli, kuyakwenziwa kanjalo kuzo izinkabi zakhe.” Ukwesaba uJehova kwehlela phezu kwabantu, baphuma nganhliziyonye.


Basebesithi kuzo izithunywa ezafikayo: Lizakutsho njalo emadodeni eJabeshi eGileyadi: Kusasa ekutshiseni kwelanga lizaba losizo. Zafika izithunywa, zabatshela amadoda aseJabeshi; futhi bajabula.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan