AbAhluleli 16:3 - Contemporary Zulu Bible 20243 USamsoni walala kwaze kwaba phakathi kwamabili, wavuka phakathi kobusuku, wathatha iminyango yesango lomuzi nezinsika zombili, wahamba nazo, imigoqo nakho konke, wakuthwala emahlombe akhe, wakuyisa emzini. Esiqongweni sentaba ephambi kweHebroni. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE3 USamsoni walala kwaze kwaba phakathi kwamabili; wavuka phakathi kobusuku, wabamba izivalo zesango lomuzi nezinsika zombili, wazincothula kanye nomgoqo, wazibeka emahlombe akhe, wazikhuphulela esiqongweni sentaba ephambi kweHebroni. Faic an caibideilIsiZulu 20203 USamsoni walala kwaze kwaba phakathi kwamabili, wavuka phakathi kobusuku wabamba iminyango yesango lomuzi nezinsika zalo zombili, wakubhoncula nomgoqo, wakuthwala emahlombe akhe, wenyukela nakho esicongweni sentaba eyayiphambi kweHebhroni. Faic an caibideil |