Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




AbAhluleli 15:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Wabashaya ezinqeni nasezinqeni ngokugalela okukhulu, wehla wahlala esiqongweni sedwala lase-Etamu.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Wababulala ithebe nethanga ngokubulala okukhulu; wehla, wahlala ofantwini lwedwala lase-Etamu.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

8 Wawahlasela ngonya olwesabekayo, wabulala amaningi; wayesehamba wayohlala emfantwini wedwala e-Ethamu.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




AbAhluleli 15:8
9 Iomraidhean Croise  

Wakha neBetlehema, ne-Etamu, neThekhowa,


Ngokuba isandla sikaJehova siyakuhlala kule ntaba, uMowabi anyathelwe phansi njengotshani bunyathelwa phambi komquba.


Mina ngedwa nginyathele isikhamo sewayini; phakathi kwabantu kwakungekho nami, ngokuba ngiyakubanyathela ngentukuthelo yami, ngibanyathele ngokufutheka kwami; igazi labo liyofafazwa ezingutsheni zami, ngingcolise zonke izingubo zami.


Ngiyakunyathela abantu ngolaka lwami, ngibadakise ngokufutheka kwami, ngiwise amandla abo emhlabathini.


bacima amandla omlilo, baphunyuka obukhali benkemba, baqiniswa ebuthakathakeni, baba ngamaqhawe ekulweni, baxosha amabutho abezizwe.


Abantu bakwaJuda base bethi: “Nisihambeleni na? Bathi: “Senyukela ukubopha uSamsoni, senze kuye njengalokho enzile kithi.”


Base benyukela esiqongweni sedwala lase-Etamu abantu abayizinkulungwane ezintathu bakwaJuda, bathi kuSamsoni: “Awukwazi yini ukuthi amaFilisti ayabusa phezu kwethu na? yini lena osenze yona? Wathi kubo: “Njengoba benza kimi, ngenza kanjalo kubo.”


USamsoni wasesithi kubo: Lanxa likwenza lokhu, ngizaphindiselwa kini, ngibuye ngiyeke.


AmaFilisti akhuphuka amisa kwaJuda, ahlakazeka eLehi.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan