AbAhluleli 14:9 - Contemporary Zulu Bible 20249 Wathatha esandleni sakhe wadla, wafika kuyise nonina, wabapha, badla; kodwa kabatshelanga ukuthi wayethethe uluju engomeni yesilwane. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE9 Wazitapa ngezandla zakhe, wahamba, wahamba edla, wafika kuyise nonina, wabapha, badla nabo; kepha akabatshelanga ukuthi wayetape izinyosi esidumbini sengonyama. Faic an caibideilIsiZulu 20209 Wazitapa ngezandla zakhe, waqhubeka ehamba edla. Lapho efika kuyise nonina, wabanika nabo badla, kodwa akabatshelanga ukuthi uju wayelutape esidunjini sengonyama. Faic an caibideil |