Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




AbAhluleli 13:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 UManowa wasukuma walandela umkakhe, wafika kulowo muntu, wathi kuye: “Wena ungumuntu owakhuluma nowesifazane na?” Wathi: “Nginguye.”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 UManowa wasukuma wamlandela umkakhe, wafika kulowo muntu, wathi kuye: “Wena ungumuntu lowo owakhuluma kowesifazane na?” Wathi: “Nginguye.”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

11 UManowa wasukuma walandela umkakhe, wafika kulowo muntu, wathi kuye: “Ngabe uyilowo muntu owakhuluma kulo wesifazane, na?” Wathi: “Yebo, nginguye.”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




AbAhluleli 13:11
5 Iomraidhean Croise  

Wena owagcina encekwini yakho ubaba uDavide lokho owakuthembisa kuye; futhi wakhuluma ngomlomo wakho wakugcwalisa ngesandla sakho njengoba kunjalo namuhla.


UJoshuwa wayeseJeriko, waphakamisa amehlo akhe, wabheka, bheka, nanto indoda imi maqondana naye iphethe inkemba yayo ehoshiweyo esandleni sayo; uJoshuwa waya kuye, wathi kuye: “Ungowethu noma ungowezitha zethu na?


UManowa wayesethi: “Manje amazwi enu agcwaliseke.” Sizoyala kanjani umntwana, futhi sizomenzani?


Ingelosi kaJehova yathi kuManowa: “Makagcine konke engikushilo kowesifazane.


UManowa wamncenga uJehova, wathi: “Nkosi, ake umuntu kaNkulunkulu omthumileyo abuyele kithi, asifundise okufanele sikwenze kumntwana oza kuzalwa.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan