AbAhluleli 12:6 - Contemporary Zulu Bible 20246 Base bethi kuye: “Yisho ukuthi Siboleti,” yena wathi Siboleti, ngokuba wayengenakukwazi ukulibiza kahle. Base bemthatha, bambulala ngasekuweleni kweJordani, kwawa ngaleso sikhathi kwabakwa-Efrayimi abayizinkulungwane ezingamashumi amane nambili. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE6 bathi kuye: “Shono uthi: ‘Shiboleti,’ ” abesethi: “Siboleti,” ngokuba engaqaphelanga ukuliphimisa kahle; base bembamba, bambulala ngasemazibukweni aseJordani; kwawa ngaleso sikhathi abakwa-Efrayimi abayizinkulungwane ezingamashumi amane nambili. Faic an caibideilIsiZulu 20206 bese bethi kuye: yithi: “Shibholethi,” uma ethi: “Sibholethi,” ngoba engakwazi ukulibiza ngokufanele leli gama, bambambe, bambulalele emazibukweni eJordani. Kwafa ngaleso sikhathi abakwa-Efrayimi abayizi-42 000. Faic an caibideil |