AbAhluleli 12:4 - Contemporary Zulu Bible 20244 UJefta wayesebutha onke amadoda akwaGileyadi, walwa no-Efrayimi; amadoda akwaGileyadi amchitha u-Efrayimi, ngokuba athi: “Nina maGileyadi ningababaleki bakwa-Efrayimi phakathi kwabakwa-Efrayimi nabakwaManase. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE4 UJefta wayesebutha bonke abantu bakwaGileyadi, walwa no-Efrayimi; abantu bakwaGileyadi bamahlula u-Efrayimi, ngokuba bathi: “Ningababalekileyo bakwa-Efrayimi nina bakwaGileyadi phakathi kwabakwa-Efrayimi naphakathi kwabakwaManase.” Faic an caibideilIsiZulu 20204 UJeftha wayeseqoqa wonke amadoda akwaGileyadi, walwa nabakwa-Efrayimi; amadoda akwaGileyadi abehlula abakwa-Efrayimi, ngokuba bathi: “Ningabakhoselayo bakwa-Efrayimi nina bakwaGileyadi, niphume phakathi kwabakwa-Efrayimi nabakwaManase.” Faic an caibideil |