Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




AbAhluleli 11:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Wayesethi uJefta kumalunga akwaGileyadi: “Uma ningibuyisela ukulwa nabantwana bakwa-Amoni, uJehova abanikele phambi kwami, ngiyakuba ngumholi wenu na?

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Wayesethi uJefta kumalunga akwaGileyadi: “Uma ningibuyisa ukulwa nabantwana bakwa-Amoni, uJehova abanikele phambi kwami, ngiyakuba yinhloko yenu.”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

9 UJeftha wathi kumalunga akwaGileyadi: “Uma ningibuyisela ekhaya ukuba ngilwe nabakwa-Amoni uSimakade abanikele kimi, ngiyokuba yinhloko yenu.”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




AbAhluleli 11:9
3 Iomraidhean Croise  

Abadala bakwaGileyadi base bethi kuJefta: “UJehova ungufakazi phakathi kwethu, uma singenzi njengokusho kwakho.


Abadala bakwaGileyadi base bethi kuJefta: “Ngalokho siyabuyela kuwe manje, ukuze uhambe nathi, ulwe nabantwana bakwa-Amoni, ube ngumbusi wethu phezu kwabo bonke abakhileyo kwaGileyadi.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan