Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




AbAhluleli 10:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Emva kuka-Abimeleki kwasukuma uThola indodana kaPhuwa kaDodo, umuntu wakwa-Isakare, ukuba avikele u-Israyeli; wahlala eSamiri ezintabeni zakwa-Efrayimi.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Emva kuka-Abimeleki kwavela uThola indodana kaPhuwa kaDodo, umuntu wakwa-Isakare, ukuba asindise u-Israyeli; wayehlala eShamiri ezintabeni zakwa-Efrayimi.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

1 Emva kuka-Abhimelekhi kwavela uThola, indodana kaPhuwa kaDodo, umuntu wakwa-Isakhare ukuba akhulule u-Israyeli, owayehlala eShamiri kwelezintaba kwa-Efrayimi.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




AbAhluleli 10:1
8 Iomraidhean Croise  

Amadodana ka-Isakare ngu uThola noPhuva noJobe noShimroni.


Futhi ezintabeni, iSamiri, neJatiri, neSoko,


Wahola u-Israyeli iminyaka engamashumi amabili nantathu, wafa, wembelwa eSamiri.


Emva kwakhe u-Ibisani waseBetlehema waqondisa u-Israyeli.


Kodwa uJehova wavusa abahluleli ababasindisa esandleni salabo ababebaphanga.


Esefikile wabetha icilongo ezintabeni zakwa-Efrayimi, abantwana bakwa-Israyeli behla naye entabeni, yena waphuma phambi kwabo.


Lapho abantwana bakwa-Israyeli bembiza uJehova, uJehova wabavusela abantwana bakwa-Israyeli umsindisi owabakhulula, u-Otheniyeli indodana kaKenazi, umfowabo omncane kaKalebi.


Futhi bonke ububi babantu baseShekemi uNkulunkulu wabubuyisela phezu kwamakhanda abo, futhi isiqalekiso sikaJothamu, indodana kaJerubali, sehlela phezu kwabo.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan