2 Samuweli 7:29 - Contemporary Zulu Bible 202429 Manje kakube kukuhle kuwe ukubusisa indlu yenceku yakho ukuba ime phambi kwakho kuze kube phakade, ngokuba wena, Nkosi Jehova, ukukhulumile; indlu yenceku yakho mayibusiswe ngesibusiso sakho kuze kube phakade. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE29 ngalokho-ke mawuvume ukubusisa indlu yenceku yakho ukuba ibe sebusweni bakho kuze kube phakade, ngokuba wena Nkosi, Jehova, ukukhulumile; ngesibusiso sakho mayibusiswe indlu yenceku yakho kuze kube phakade.” Faic an caibideilIsiZulu 202029 Manje-ke vuma ukubusisa indlu yenceku yakho ukuze ibe phambi kwakho kuze kube phakade, ngokuba Wena Nkosi Simakade, ukhulumile ngesibusiso sakho, iyakubusiswa indlu yenceku yakho, kuze kube phakade.” Faic an caibideil |