2 Samuweli 5:20 - Contemporary Zulu Bible 202420 UDavide wafika eBali Pherasimi, uDavide wawachitha khona, wathi: “UJehova wafohla phambi kwami njengomfula phezu kwezitha zami; ngalokho wabiza leyo ndawo ngokuthi iBali-Pherasimi. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE20 UDavide wafika eBali Pherasimi, uDavide wawachitha khona; wathi: “UJehova ufohlile ezitheni zami phambi kwami njengokufohla kwamanzi.” Ngalokho waqamba igama laleyo ndawo ngokuthi iBali Pherasimi.* Faic an caibideilIsiZulu 202020 UDavide wawahlasela eBhali Pherazimi, wawanqoba khona lapho amaFilisti. UDavide wayesethi: “USimakade uzithelekele izitha zami ngibuka, njengokufohla kwamanzi.” Ngakho-ke wayibiza leyo ndawo ngokuthi yiBhali Pherazimi. Faic an caibideil |
Kumholi wokuhlabelela eShushaneduti, uMikitamu kaDavide, ukuba afundise, lapho ebambana ne-Aramuna-Haraimi ne-Aramusoba, ekubuyeni kukaJowabe, wabulala kwa-Edomi esiGodini Sikasawoti abayizinkulungwane eziyishumi nambili. O Nkulunkulu, usilahlile! Wasihlakaza, Wathukuthela; O Ziphendulele kithi futhi.