Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




2 Samuweli 4:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Kwathi bengena endlini, wayelele embhedeni wakhe ekamelweni lakhe lokulala, bamshaya, bambulala, bamnquma ikhanda, bathatha ikhanda lakhe babahudula ethafeni ubusuku bonke.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Babengenile-ke endlini esalele embhedeni ekamelweni lakhe, bamgwaza, bambulala, bamnquma ikhanda, bathatha ikhanda lakhe, bahamba ngendlela yase-Araba ubusuku bonke.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

7 Babengene endlini ka-Ishi Bhoshethi esazilalele embhedeni ekamelweni lakhe, bamgwaza, bambulala, bamnquma ikhanda, balithatha bahamba nalo ubusuku bonke ngendlela ese-Araba.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




2 Samuweli 4:7
8 Iomraidhean Croise  

U-Abineri nabantu bakhe badabula ethafeni lobo busuku bonke, bawela iJordani, badabula iBitroni yonke, bafika eMahanayimi.


Umfula uyakuzala amasele, akhuphukele endlini yakho, nasekamelweni lakho lokulala, naphezu kombhede wakho, nasendlini yezinceku zakho, naphezu kwabantu bakho, naphezu kohhavini bakho, nasezitsheni zakho zamadolo;


Ikhanda lakhe lalethwa ngoqwembe, lanikwa intombazana, yaliyisa kunina.


Ngakho uDavida wagijima wema eduze lomFilisti, wathatha inkemba yakhe, wayihotsha emgodleni wayo, wambulala, wamquma ikhanda ngayo. Lapho amaFilisti ebona ukuthi iqhawe lawo lifile, abaleka.


UDavide walithatha ikhanda lomFilisti, waliyisa eJerusalema; kepha izikhali zakhe wazibeka etendeni lakhe.


Amnquma ikhanda, akhumula izikhali zakhe, azithumela ezweni lamaFilisti nxazonke ukuba azazise endlini yezithombe zawo naphakathi kwabantu.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan