2 Samuweli 4:10 - Contemporary Zulu Bible 202410 Lapho othile engitshela lokhu ethi: “Bheka, uSawule ufile, ngokuba ebethi ulethe umbiko omuhle; Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE10 umuntu owangitshela ukuthi: ‘Bheka, uSawule ufile,’ ecabanga ukuthi ulethile izindaba ezinhle, ngambamba, ngambulala eSikilagi, ethi ngangiyakumnika umvuzo wezindaba zakhe; Faic an caibideilIsiZulu 202010 Umuntu owangitshela ukuthi: ‘Bheka, uSawule ufile,’ ecabanga ukuthi ungilethele izindaba ezinhle, ngambamba, ngambulala eZikilagi, ecabanga ukuthi ngizomnika umvuzo ngezindaba ayezilethile. Faic an caibideil |