Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




2 Samuweli 3:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 USawule wayenesancinza igama lakhe linguRispa indodakazi ka-Aya; u-Ishi Bosheti wathi ku-Abineri: “Ungeneleni nesancinza sikababa na?

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Kepha uSawule wayenesancinza esigama laso lalinguRispa indodakazi ka-Aya. U-Ishi Bosheti wayesethi ku-Abineri: “Ungeneleni kuso isancinza sikababa na?”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

7 USawule wayenesancinza, igama laso kunguRizpha, indodakazi ka-Ayiya. U-Ishi Bhoshethi wathi ku-Abhineri: “Usingeneleni isancinza sikababa na?”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




2 Samuweli 3:7
6 Iomraidhean Croise  

Ngakunika indlu yenkosi yakho nabafazi benkosi yakho esifubeni sakho, ngakunika indlu yakwa-Israyeli noJuda; uma bekukuncane kakhulu, bengiyakukunika okunye nokunye.


Kepha u-Abineri indodana kaNeri, induna yempi kaSawule, wathatha u-Ishi Bosheti indodana kaSawule, wamyisa eMahanayimi;


Wathi: “Tshelani inkosi uSolomoni, ngokuba ayiyikula kini ukuba inginike u-Abishagi waseShunemi, abe ngumkami.”


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan