2 Samuweli 19:6 - Contemporary Zulu Bible 20246 Ngokuthanda izitha zakho nangokuzonda abangane bakho. Ngokuba umemezele namuhla ukuthi awuzinaki izikhulu nezinceku; ngoba namuhla ngiyabona ukuthi uma u-Abisalomu ebesaphila, futhi besifile sonke namuhla, ngabe kukuhle kuwe. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE6 ngokubathanda abakuzondayo nangokubazonda abakuthandayo. Ngokuba umemezele namuhla ukuthi izikhulu nezinceku azilutho kuwe, lokhu ngibona namuhla ukuthi uma ebephilile u-Abisalomu thina sonke besifile namuhla, ngabe kulungile emehlweni akho. Faic an caibideilIsiZulu 20206 ngokuba uthande abakuzondayo, wazonda abakuthandayo. Ukwenze kwacaca namuhla ukuthi izikhulu nezinceku azilutho kuwe. Lokhu ngiyabona namuhla ukuthi ukuba u-Absalomu ubephilile, thina sonke safa namuhla, ngabe kulungile emehlweni akho. Faic an caibideil |