2 Samuweli 11:11 - Contemporary Zulu Bible 202411 U-Uriya wathi kuDavide: “Umphongolo no-Israyeli noJuda bahlala ematendeni; inkosi yami uJowabe nezinceku zenkosi yami bakanise endle; ngiyakungena endlini yami ukuba ngidle, ngiphuze, ngilale nomkami na? uma niphila, nokuphila komphefumulo wenu, angiyikuyenza le nto. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE11 U-Uriya wathi kuDavide: “Umphongolo, no-Israyeli, noJuda bahlezi emadokodweni; inkosi yami uJowabe nezinceku zenkosi yami zimisile endle; mina-ke, pho, ngingene endlini yami, ngidle, ngiphuze, ngilale nomkami na? Kuphila kwakho nokuphila komphefumulo wakho, angiyikuyenza leyo nto.” Faic an caibideilIsiZulu 202011 U-Uriya wathi kuDavide: “Umphongolo, u-Israyeli, noJuda bahlezi emadokodweni. Inkosi yami, uJowabe nezinceku zenkosi yami, bakanise endle. Pho mina ngingangena kanjani endlini yami, ngidle, ngiphuze, ngilale nomkami na? Ngifunga ngiyagomela phambi kwakho, angisoze ngakwenza lokho.” Faic an caibideil |
Inkosi yasisithi: Isandla sikaJowabi kasilawe yini kukho konke lokhu? Owesifazana waphendula wathi: Kusaphila umphefumulo wakho, nkosi yami, nkosi, kakulamuntu ongaphambukela ngakwesokunene langakwesokhohlo kukho konke inkosi yami, inkosi ekukhulumileyo; ngoba inceku yakho uJowabe ingilayile, lamazwi wonke asemlonyeni wenceku yakho.