Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




2 Samuweli 1:27 - Contemporary Zulu Bible 2024

27 Yeka ukuwa kwamaqhawe nezikhali zempi zabhubha!

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 “Yeka ukuwa kwamaqhawe, nokuphela kwezikhali zokulwa!”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

27 “Yeka ukuwa kwamaqhawe, nokuphela kwezikhali zokulwa!”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




2 Samuweli 1:27
7 Iomraidhean Croise  

Yeka ukuwa kwamaqhawe phakathi kwempi! Jonathani, ubulewe ezindaweni zakho eziphakemeyo.


Ubuhle buka-Israyeli bubulewe ezindaweni zakho eziphakemeyo; awe kanjani amaqhawe!


Uphelisa ukulwa kuze kube semikhawulweni yomhlaba; uyaphula umnsalo, aphule umkhonto; inqola uyishisa ngomlilo.


U-Elisha wagula ngenxa yokugula afa ngakho. UJowashi inkosi yakwa-Israyeli wehlela kuye, wakhala izinyembezi ebusweni bakhe, wathi: “Baba, baba, nqola ka-Israyeli nabamahhashi bakhe!


UElisha esekubona wamemeza wathi: Baba, baba, nqola kaIsrayeli labagadi bakhe bamabhiza! Akabange esambona, wathatha ezakhe izingubo, waziklebhula kabili.


Bavela ezweni elikude, emkhawulweni wezulu, yebo, uJehova nezikhali zolaka lwakhe, ukuba achithe izwe lonke.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan