Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




1 Samuweli 4:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Isithunywa saphendula sathi: “U-Israyeli wabaleka phambi kwamaFilisti, futhi kwaba khona ukubulala okukhulu phakathi kwabantu, namadodana akho omabili, oHofini noFinehasi, afile, nomphongolo kaNkulunkulu wathathwa.”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Owaletha umbiko waphendula wathi: “U-Israyeli ubalekile phambi kwamaFilisti; kwakukhona ukubulawa okukhulu phakathi kwabantu; amadodana akho omabili oHofini noFinehasi afile, nomphongolo kaNkulunkulu uthathiwe.”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

17 Owayelethe umbiko waphendula, wathi: “U-Israyeli ubalekile phambi kwamaFilisti futhi kubulawe abantu abaningi. Kufe namadodana akho omabili, uHofini noFinehasi, umphongolo kaNkulunkulu uthathiwe.”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




1 Samuweli 4:17
8 Iomraidhean Croise  

Wanikela amandla akhe ekuthunjweni nenkazimulo yakhe esandleni sesitha.


Abapristi babo bawa ngenkemba; nabafelokazi babo abazange bakhononde.


Lokhu kuyakuba yisibonakaliso kuwe esiyakwehlela amadodana akho omabili, phezu kukaHofini noFinehasi; ngelinye ilanga bayofa bobabili.


UJehova wathi kuSamuweli: “Bheka, ngizakwenza into kwa-Israyeli eziyakunkeneneza ngayo izindlebe zombili zabo bonke abayizwayo.


Ngalolo suku ngiyakumenzela u-Eli konke engikukhulume ngendlu yakhe; uma ngiqala, ngizoqeda futhi.


Indoda yasisithi kuEli: Mina ngivela empini, ngibaleke empini lamuhla. Wathi: “Kwenzekeni lapho, ndodana yami na?”


Esekhulume ngomphongolo kaNkulunkulu, wawa nyovane esihlalweni esingasesangweni, yaphuka intamo, wafa, ngokuba wayeyindoda endala enzima. Futhi wahola u-Israyeli iminyaka engamashumi amane.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan