Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




1 Samuweli 4:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Kwasekugijima indoda yakoBhenjamini ivela empini, yafika eShilo ngalolosuku igqoke izembatho eziklebhukile, inothuli ekhanda layo.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Kwaphuma umuntu wakwaBenjamini empini, wagijima waya eShilo ngalolo suku, izingubo zakhe ziklebhukile, enomhlabathi ekhanda.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

12 Ngalolo lusuku umuntu othile wakwaBhenjamini waphulukundlela empini. Wagijima waya eShilo, izingubo zakhe ziklebhukile, enomhlabathi ekhanda lakhe.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




1 Samuweli 4:12
9 Iomraidhean Croise  

Kwathi ngosuku lwesithathu kwaphuma umuntu ekamu, izingubo zikaSawule eziklebhukile, enothuli ekhanda lakhe; lapho efika kuDavide, wawa phansi, wakhuleka.


Khona-ke uThamari wathela umlotha ekhanda lakhe waklebhula ingubo yakhe emibalabala ayeyigqokile wabeka isandla sakhe ekhanda lakhe wakhala.


UDavide esefike esiqongweni sentaba, lapho akhuleka khona kuNkulunkulu, uHushayi um-Arki wamhlangabeza, enengubo eklebhukile, enothuli ekhanda lakhe.


Ngosuku lwamashumi amabili nane lwaleyo nyanga abantwana bakwa-Israyeli babuthana ngokuzila ukudla, bembethe izingubo zokulila nenhlabathi phezu kwakho.


Lapho bephakamisa amehlo abo bekude, bengamazi, baphakamisa izwi labo, bakhala; baklebhula, kwaba yilowo nalowo ingubo yakhe, bafafaza ngothuli emakhanda abo ezulwini.


Ngiyakwenza le ndlu ibe njengeShilo, ngenze lo muzi ube yisiqalekiso kuzo zonke izizwe zomhlaba.


Ukuthi ophunyukayo ngalolosuku uzakuza kini ukuze akuzwe ngezindlebe zenu?


izwi labo lizwakale ngokumelene nawe, bakhale kamunyu, bathele uthuli emakhanda abo, babhuquze emlotheni;


UJoshuwa waklebhula izingubo zakhe, wawa ngobuso emhlabathini phambi komphongolo kaJehova kwaze kwahlwa, yena namalunga akwa-Israyeli, bathela uthuli emakhanda abo.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan