1 Samuweli 24:7 - Contemporary Zulu Bible 20247 UDavide wazibamba izinceku zakhe ngala mazwi, akazivumelanga ukuba zivukele uSawule. Kodwa uSawule wasukuma emhumeni waqhubeka. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE7 UDavide wabathiya ngalawo mazwi, akabavumelanga ukuba bamvukele uSawule. USawule wasuka emhumeni, wahamba. Faic an caibideilIsiZulu 20207 UDavide wabathiya abantu bakhe ngalawo mazwi, akaze abavumela ukuba bamvukele uSawule. USawule wasuka emgedeni, waqhubeka nohambo. Faic an caibideil |
Bhekani, ngilapha; fakazani ngami phambi kukaJehova naphambi kogcotshiweyo wakhe ukuthi ngithathe izinkomo zikabani na? noma ngithathe imbongolo kabani? kumbe ngikhohlise bani? ngicindezele bani? Ngemukele esandleni sikabani isifumbathiso ukuba ngiphuphuthekise amehlo ami ngaso na? futhi ngizokubuyisela kuwe.