Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




1 Samuweli 19:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 USawuli walilalela ilizwi likaJonathani, uSawuli wafunga wathi: Kuphila kukaJehova, kayikubulawa.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 USawule walilalela izwi likaJonathani; uSawule wafunga wathi: “Kuphila kukaJehova, akayikubulawa.”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

6 USawule wamlalela uJonathani, wayesefunga ethi: “Ngifunga ngiyagomela phambi kukaSimakade, akayukubulawa.”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




1 Samuweli 19:6
9 Iomraidhean Croise  

Odelelekile emehlweni akhe; kodwa uyabahlonipha abamesabayo uJehova. Ofungayo kokwakhe angaguquki.


Vula umlomo wakho kuso isimungulu ngenxa yabo bonke abamiselwe ukubhujiswa.


Noma bengathi: Kuphila kukaJehova! impela bafunga amanga.


Ngokuba kuphila kukaJehova ohlenga u-Israyeli, noma sikuJonathani indodana yami, uyakufa nokufa. Kodwa kwakungekho muntu phakathi kwabo bonke owamphendula.


Wanikela ukuphila kwakhe esandleni sakhe, wambulala umFilisti, uJehova wenza ukusindisa okukhulu ku-Israyeli wonke; wakubona wathokoza; pho, niyakona ngani egazini elingenacala, nibulale uDavide ngeze, na?


UJonathani wambiza uDavide, uJonathani wamtshela zonke lezi zinto. UJonathani wamletha uDavide kuSawule, waba phambi kwakhe njengakuqala.


USawule wafunga kuye uJehova, wathi: “Kuphila kukaJehova, awuyikwehlelwa isijeziso ngale ndaba.”


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan