1 Samuweli 19:18 - Contemporary Zulu Bible 202418 UDavide wayesebaleka, waphunyuka, wafika kuSamuweli eRama, wamtshela konke uSawule abekwenzile kuye. Yena noSamuweli bahamba, bahlala eNajoti. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE18 Wayesebaleka uDavide, waphunyuka, waya kuSamuweli eRama, wamtshela konke uSawule abekwenzile kuye. Yena noSamuweli baya bahlala eNayoti. Faic an caibideilIsiZulu 202018 UDavide wabaleka, waphunyuka, waya kuSamuweli eRama. Wambikela konke uSawule ayekwenze kuye. Yena noSamuweli bahamba bayohlala eNayothi. Faic an caibideil |