1 Samuweli 17:51 - Contemporary Zulu Bible 202451 Ngakho uDavida wagijima wema eduze lomFilisti, wathatha inkemba yakhe, wayihotsha emgodleni wayo, wambulala, wamquma ikhanda ngayo. Lapho amaFilisti ebona ukuthi iqhawe lawo lifile, abaleka. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE51 Wayesegijima uDavide, wema phezu komFilisti, wathatha inkemba yakhe, wayihosha emgodleni wayo, wambulala, wamnquma ikhanda ngayo. Lapho amaFilisti ebona ukuthi iqhawe lawo lifile, abaleka. Faic an caibideilIsiZulu 202051 Wayesegijima uDavide, wema phezu komFilisti, wathatha inkemba yakhe, wayihosha emgodleni wayo, wambulala, wamnquma ikhanda ngayo. Lapho amaFilisti ebona ukuthi iqhawe lawo lifile, acela empunzini. Faic an caibideil |