1 Samuweli 17:23 - Contemporary Zulu Bible 202423 Esakhuluma nabo, bheka, kwenyuka iqhawe, umFilisti waseGati, ogama lakhe linguGoliyati, liphuma emabuthweni amaFilisti, lakhuluma wona lawo mazwi, uDavide wawezwa. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE23 Kepha esakhuluma nabo, bheka, kwenyuka iqhawe elikhulu, umFilisti waseGati, nguGoliyati igama lalo, ephuma ezinhleni zamaFilisti, wakhuluma wona lawo mazwi; uDavide wawezwa. Faic an caibideilIsiZulu 202023 Kepha esakhuluma nabo; bheka, kwenyuka isikhondlakhondla somFilisti waseGathi, uGoliyathi igama laso, saphuma ezinhleni zamaFilisti, saphinda wona lawo mazwi; uDavide wawezwa. Faic an caibideil |