Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




1 Samuweli 14:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 no-Ahiya, indodana ka-Ahithubi, umfowabo ka-Ikabodi, indodana kaFinehasi, indodana ka-Eli, umpristi kaJehova eShilo, enengubo yehlombe. Abantu babengazi ukuthi uJonathani uhambile.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 u-Ahiya indodana ka-Ahithubi, umfowabo ka-Ikabodi indodana kaFinehasi ka-Eli, umpristi kaJehova eShilo, wayembethe ingubo yamahlombe. Abantu babengazi ukuthi uJonathani uhambile.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

3 U-Ahiya, indodana ka-Ahithubi, umfowabo ka-Ikhabhodi kaFinehasi ka-Eli, umphristi kaSimakade eShilo, wayembethe ingubo yamahlombe. Abantu babengazi ukuthi uJonathani uhambile.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




1 Samuweli 14:3
9 Iomraidhean Croise  

Lowo muntu wenyuka emzini wakubo iminyaka ngeminyaka ukukhonza nokuhlabela uJehova Sebawoti eShilo. Kwakukhona lapho amadodana amabili ka-Eli, oHofini noFinehasi, abapristi bakaJehova.


USawule wathi: “Masiwalandele amaFilisti ebusuku, siwaphange kuze kuse, singashiyi noyedwa wawo. Futhi bathi: Yenza noma yini enhle emehlweni akho. Wayesethi umpristi: “Masisondele kuNkulunkulu.


Kodwa uSamuweli wayesebenza esemncane phambi kukaJehova, ebhince isambatho samahlombe selineni.


Futhi ngimkhethile yini kuzo zonke izizwe zakwa-Israyeli ukuba abe ngumpristi wami, anikele phezu kwami, akhuphule impepho, embathe indwangu yesaka phambi kobuso bami, na? Ngiyinikile indlu kayihlo yonke iminikelo yokushiswa yabantwana bakwa-Israyeli na?


Kwaphunyuka enye yamadodana ka-Ahimeleki indodana ka-Ahithubi ogama layo lingu-Abiyathara, yabaleka emva kukaDavide.


Wabiza umfana u-Ikabodi, wathi: “Inkazimulo isukile kwa-Israyeli, ngokuba umphongolo kaNkulunkulu uthathiwe nangenxa kayisezala nomyeni wakhe.”


Abantu basebethumela eShilo ukuletha khona umphongolo wesivumelwano sikaJehova Sebawoti ohlezi phakathi kwamakherubi; amadodana amabili ka-Eli, oHofini noFinehasi, ayelapho nomphongolo wesivumelwano sikaNkulunkulu.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan