Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




1 Samuweli 12:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Bathi: “Awusikhohlisanga, awusicindezelanga, awuthathanga lutho esandleni samuntu;

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Bathi: “Awusikhohlisanga, awusicindezelanga, awamukelanga lutho esandleni samuntu.”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

4 Bathi: “Awusiqolanga, awusicindezelanga, awemukelanga lutho esandleni samuntu.”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




1 Samuweli 12:4
6 Iomraidhean Croise  

Khona abongameli nezikhulu bafuna ukuthola isizathu ngoDaniyeli ngombuso; kodwa abatholanga sizathu noma iphutha; ngokuba wayethembekile, akutholwanga siphambeko nacala kuye.


abathi ngokholo banqoba imibuso, benza ukulunga, bazuza izithembiso, bavala imilomo yezingonyama;


UDemetriyu ufakazelwa yibo bonke nayiqiniso uqobo lwalo; yebo, nathi siyafakaza; niyazi ukuthi ubufakazi bethu buqinisile.


Bhekani, ngilapha; fakazani ngami phambi kukaJehova naphambi kogcotshiweyo wakhe ukuthi ngithathe izinkomo zikabani na? noma ngithathe imbongolo kabani? kumbe ngikhohlise bani? ngicindezele bani? Ngemukele esandleni sikabani isifumbathiso ukuba ngiphuphuthekise amehlo ami ngaso na? futhi ngizokubuyisela kuwe.


Wathi kubo: “UJehova ungufakazi ngani, nogcotshiweyo wakhe ungufakazi namuhla ukuthi anifumananga lutho esandleni sami. Base bephendula bathi: “Ungufakazi.”


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan