1 kaPetru 1:18 - Contemporary Zulu Bible 202418 Njengoba nazi ukuthi anihlengwanga ngezinto ezibhubhayo, isiliva negolide, enkambweni yenu eyize enayamukeliswa oyihlo; Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE18 nazi ukuthi anihlengwanga ekuhambeni kwenu okuyize enakunikezwa ngawoyihlo ngezinto ezibhubhayo, isiliva negolide, Faic an caibideilIsiZulu 202018 Nina niyazi ukuthi nahlengwa ezintweni ezingasho lutho zokhokho benu, hhayi ngezinto eziphelayo njengesiliva noma igolide, Faic an caibideilBaasraak Zulu New Testament Bible18 Njengoba nazi ukuthi anihlengwanga ngezinto ezibhubhayo, isiliva negolide, enkambweni yenu eyize enayamukeliswa oyihlo; Faic an caibideil |
Kodwa konke okuphuma emlonyeni wethu siyakukwenza nokushunqisela inkosikazi yezulu umusi, siyithululele iminikelo yokuphuzwa, njengalokho senzile, thina nawobaba, namakhosi ethu, nezikhulu zethu, emizini. KwaJuda nasezitaladini zaseJerusalema; ngokuba sasinokuningi ukudla ngaleso sikhathi, sasiphilile, asibonanga bubi.