Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -

UMatewu 1 - iBhayibhili Elingcwele 1978


Izizukulwana zikaJesu
( Luka 3:23–38 )

1 Ugwalo lokuzalwa kukaJesu Kristu, iNdodana kaDavida, indodana kaAbrahama.

2 UAbrahama wazala uIsaka; uIsaka wazala uJakobe; uJakobe wazala uJuda labafowabo;

3 uJuda wazala uPerezi loZara kuTamari; uPerezi wazala uHezironi; uHezironi wazala uAramu;

4 uAramu wazala uAminadaba; uAminadaba wazala uNashoni; uNashoni wazala uSalimoni;

5 uSalimoni wazala uBowasi kuRahabi; uBowasi wazala uObedi kuRuthe; uObedi wazala uJese;

6 uJese wazala uDavida, inkosi. UDavida wazala uSolomoni kumkaUriya;

7 uSolomoni wazala uRehobowamu; uRehobowamu wazala uAbija; uAbija wazala uAsa;

8 uAsa wazala uJehoshafati; uJehoshafati wazala uJoramu; uJoramu wazala uOziya;

9 uOziya wazala uJothamu; uJothamu wazala uAhazi; uAhazi wazala uHezekiya;

10 uHezekiya wazala uManase; uManase wazala uAmoni; uAmoni wazala uJosiya;

11 uJosiya wazala uJekoniya labafowabo ngesikhathi sokuthunjelwa kwabo eBabiloni.

12 Emva kokuthunjelwa kwabo eBabiloni uJekoniya wazala uSalatiyeli; uSalatiyeli wazala uZerubabeli;

13 uZerubabeli wazala uAbiyudi; uAbiyudi wazala uEliyakimi; uEliyakimi wazala uAzori;

14 uAzori wazala uZadoki; uZadoki wazala uAkimi; uAkimi wazala uEliyudi;

15 uEliyudi wazala uEleyazare; uEleyazare wazala uMathani; uMathani wazala uJakobe;

16 uJakobe wazala uJosefa, indoda kaMariya owazala uJesu othiwa nguKristu.

17 Ngakho izizukulwana zonke ezisukela kuAbrahama ziye kuDavida ziyizizukulwana ezilitshumi lane; lezisukela kuDavida ziye ekuthunjelweni kwabo eBabiloni ziyizizukulwana ezilitshumi lane; lezisukela ekuthunjelweni kwabo eBabiloni ziye kuKristu ziyizizukulwana ezilitshumi lane.


Ukuzalwa kukaJesu
( Luka 2:1–7 )

18 Ukuzalwa kukaJesu Kristu kwaba nje. Unina uMariya esekhombe uJosefa, bengakathathani wafunyanwa eselesisu ngoMoya oNgcwele.

19 Kodwa uJosefa ijaha lakhe engumuntu olungileyo, engathandi ukumthela ihlazo, wayefuna ukumlahla ngensitha.

20 Kwathi esanakana lokho, isithunywa seNkosi sabonakala kuye ephupheni, sathi: Josefa, ndodana kaDavida, ungesabi ukumthatha uMariya abe ngumkakho, ngoba lokho akukhulelweyo kungoMoya oNgcwele.

21 Uzakuzala indodana, uyithe ibizo uthi nguJesu, ngoba yena uzakusilisa abantu bakhe ezonweni zabo.

22 Lokhu konke kwenzeka ukuba kugcwaliseke okwakhulunywa yiNkosi ngomprofethi ukuthi:

23 Khangela, intombi izakuthatha isisu ibelethe indodana, ezakubizwa ngokuthi nguEmanuweli, okuyikuthi ngokuphendulelwa, uNkulunkulu ulathi.

24 Kwathi uJosefa esephapheme ebuthongweni, wenza njengalokho isithunywa seNkosi simlayile, wamthatha waba ngumkakhe;

25 kodwa kazanga aye kuye, waze wazibula ngendodana; wayitha ibizo wathi nguJesu.

Bible Society of Zimbabwe 1978

Bible Society of Zimbabwe
Lean sinn:



Sanasan