Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -

AmaHubo 126 - iBhayibhili Elingcwele 1978


Ukubonga iNkosi ngokubuyisa kwayo abathunjiweyo eZiyone

1 Lapho iNkosi ibuyisa abathunjiweyo eZiyone, saba njengabaphuphayo.

2 Imilomo yethu yagcwala ukuhleka, lenlimi zethu ukujabula. Basebesithi phakathi kwezizwe: INkosi ibenzele izinto ezinkulu.

3 Impela iNkosi yasenzela izinto ezinkulu; sathokoza.

4 Buyisa abantu bakithi, Nkosi, njengemifula ibuya igeleze futhi eNegebi.

5 Abahlanyela bekhala bazavuna ngokuthokoza.

6 Yena ophuma ekhala, ephethe inhlanyelo yokuhlanyela, uzakubuya ethokoza, ethwele inyanda zakhe.

Bible Society of Zimbabwe 1978

Bible Society of Zimbabwe
Lean sinn:



Sanasan