Esteri 9:28 - Contemporary Zulu Bible 202428 nokuthi lezi zinsuku kufanele zikhunjulwe futhi zigcinwe yizo zonke izizukulwane ngezizukulwane, nezifunda ngezifunda nawo wonke umuzi; nokuthi lezi zinsuku zePhurimi zingashabalali phakathi kwamaJuda, futhi inkumbulo yazo ingashabalali enzalweni yawo. See the chapterIBHAYIBHELI ELINGCWELE28 zikhunjulwe lezo zinsuku, zigcinwe ezizukulwaneni ngezizukulwane, emindenini ngemindeni, ezifundeni ngezifunda, emizini ngemizi, lezo zinsuku zePhurimi, zingaphuthi phakathi kwabaJuda, nesikhumbuzo sazo singapheli enzalweni yabo. See the chapterIsiZulu 202028 Lezo zinsuku kufanele zikhunjulwe futhi zigcinwe yizizukulwane ngezizukulwane kuyo yonke imindeni, izifundazwe nemizi. Izinsuku zePhurimi akumele zephulwe phakathi kwabaJuda, nokukhunjulwa kwazo kungapheli phakathi kwezizukulwane zabo. See the chapter |