Online Bibel

- Annoncer -




Esteri 1:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Ngoba wathumela izincwadi kuzo zonke izifunda zenkosi, esifundeni ngasinye njengemibhalo yaso, nakubantu ngabanye ngokolimi lwabo, ukuba babuse, kube yilowo nalowo endlini yakhe siqu, nokuthi kwaziwe ngokolimi ngamunye ngamunye womuntu.

Se kapitlet Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 yathuma izincwadi ezifundeni zonke zenkosi, ezifundeni ngezifunda njengokubhala kwazo nasezizweni ngezizwe njengezilimi zazo ukuba yilowo nalowo muntu abuse endlini yakhe, akhulume ngolimi lwesizwe sakubo.

Se kapitlet Kopi

IsiZulu 2020

22 yathumela izincwadi kuzo zonke izifundazwe, kuleso naleso sifundazwe, ngokohlelo lokubhala lwakhona, nakulabo bantu ngolimi lwakubo, sigcizelela ukuthi: onke amadoda angomakhonya emizini yawo, nokuthi wulimi lwesizwe sakubo oluzokhulunywa kulelo khaya.

Se kapitlet Kopi




Esteri 1:22

Følg os:

Annoncer


Annoncer