IsiLilo 4:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE2 Amadodana anqabileyo aseSiyoni, elingene negolide elihle, yeka ukuthiwa kwawo ayizitsha zebumba, imisebenzi yezandla zombumbi! Viz kapitolaIsiZulu 20202 Amadodana aseZiyoni akhethekileyo ayefana negolide elicolekileyo, kodwa manje asefana nezitsha zebumba, ezingumsebenzi wezandla zombumbi! Viz kapitolaContemporary Zulu Bible 20242 Amadodana ayigugu aseSiyoni alingana negolide elihle, yeka ukuthi abhekwa njengezitsha zebumba, umsebenzi wezandla zombumbi! Viz kapitola |