Online Bible

- Reklamy -




Esteri 9:25 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 kepha lapho lokho kwafika phambi kwenkosi, yasho ngencwadi ukuba lelo cebo elibi ayelicebe ngabaJuda libuyele ekhanda lakhe, yena namadodana akhe baphanyekwe emthini.

Viz kapitola kopírovat

IsiZulu 2020

25 kodwa u-Esteri eseyitshelile inkosi ngaleyo ndaba, yathi akubhalwe izincwadi zokuguqula lelo lisu elibi likaHamani ayehlose ngalo ukucekela phansi abaJuda, lelo cebo laba yisijeziso esehlela yena namadodana akhe, baphanyekwa ezigxotsheni zokuphanyeka.

Viz kapitola kopírovat

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Kodwa lapho u-Esteri efika phambi kwenkosi, yayala ngezincwadi ukuba icebo lakhe elibi alicebile ngamaJuda libuyele ekhanda lakhe, futhi yena namadodana akhe baphanyekwe esigxotsheni.

Viz kapitola kopírovat




Esteri 9:25

Následuj nás:

Reklamy


Reklamy