Online Bible

- Reklamy -




Esteri 8:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Wathi: “Uma kukuhle enkosini, noma ngifumene umusa phambi kwayo, noma le nto ilungile phambi kwenkosi, uma ngithandeka emehlweni ayo, makulotshwe ukuba zibuyiswe izincwadi zamacebo kaHamani indodana kaHamedatha umAgagi azilobayo ukuba bachithwe abaJuda abasezifundeni zenkosi;

Viz kapitola kopírovat

IsiZulu 2020

5 wathi: “Uma kukuhle enkosini, ngifumene umusa kuyo, futhi uma kulungile phambi kwayo, ngicela ibhale umyalelo wokuhoxisa icebo likaHamani, indodana kaHamedatha, umAgagi, owabhala izincwadi zokuthi kubhujiswe abaJuda abahlala kuzo zonke izifundazwe zenkosi.

Viz kapitola kopírovat

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Wathi: “Uma kukuhle enkosini, noma ngifumene umusa emehlweni ayo, nendaba ibonakala ilungile phambi kwenkosi, ngithandeka emehlweni ayo, makulotshwe ngezincwadi uHamani, indodana uHamedatha umAgagi owalobela ukubhubhisa abaJuda abakuzo zonke izifunda zenkosi.

Viz kapitola kopírovat




Esteri 8:5

Následuj nás:

Reklamy


Reklamy