Online Bible

- Reklamy -




Esteri 6:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 isambatho nehhashi makunikezwe esandleni sesinye sezikhulu ezidumileyo ukuba zimembathise lowo muntu inkosi ethanda ukumdumisa, zimkhwelise ehhashini esigcawini somuzi, zimemeze phambi kwakhe ngokuthi: ‘Uyakwenzelwa kanjalo umuntu inkosi ethanda ukumdumisa.’ ”

Viz kapitola kopírovat

IsiZulu 2020

9 bese kuthi esinye sezikhulu zakho eziqavile, simgqokise ingubo lowo muntu inkosi efuna ukumdumisa, simgibelise ehhashini, simhole siye naye eshashalazini lomuzi. Uma sesifike lapho siyomemezela, sithi: ‘Kuyokwenziwa kanje kumuntu inkosi efuna ukumdumisa!’ ”

Viz kapitola kopírovat

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Le ngubo nehhashi makunikezwe esandleni sesinye sezikhulu zenkosi ezihlonipheke kakhulu ukuba zigqokise umuntu inkosi ethanda ukumdumisa ngayo, zimlethe ngehhashi ezitaladini zomuzi, zimemeze phambi kwakhe, Kuyakwenziwa kanjalo kumuntu inkosi ethanda ukumdumisa.

Viz kapitola kopírovat




Esteri 6:9

Následuj nás:

Reklamy


Reklamy