Online Bible

- Reklamy -




Esteri 3:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Zonke izinceku zenkosi ezazisesangweni lenkosi zakhothama, zakhuleka kuHamani, ngokuba inkosi iyale kanjalo ngaye. Kepha uMoridekayi akakhothamanga, kakhulekanga kuye.

Viz kapitola kopírovat

IsiZulu 2020

2 Zonke izikhulu zenkosi ezazisesangweni layo zaziguqa, zikhothamele uHamani njengokusho kwenkosi. UMoridekhayi nokho akazange amguqele noma amkhothamele uHamani.

Viz kapitola kopírovat

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Zonke izinceku zenkosi ezazisesangweni lenkosi zakhothama zakhothamela uHamani, ngokuba inkosi yayiyale kanjalo ngaye. Kodwa uMoridekayi akazange akhothame, futhi akazange amhloniphe.

Viz kapitola kopírovat




Esteri 3:2

Následuj nás:

Reklamy


Reklamy