IsAmbulo 6:4 - IsiZulu 20204 Kwase kuphuma elinye ihhashi elibomvu, nogibele kulo wanikwa ukuba ayoqeda ukuthula emhlabeni, ukuze abantu babulalane; wanikwa futhi nenkemba enkulu. Viz kapitolaIBHAYIBHELI ELINGCWELE4 Kwase kuphuma elinye ihhashi elibomvu, nohlezi phezu kwalo waphiwa ukususa ukuthula emhlabeni, ukuze babulalane, wanikwa nenkemba enkulu. Viz kapitolaBaasraak Zulu New Testament Bible4 Kwaphuma elinye ihhashi elibomvu; ohlezi phezu kwalo wanikwa amandla okususa ukuthula emhlabeni nokuba babulalane, wanikwa nenkemba enkulu. Viz kapitolaContemporary Zulu Bible 20244 Kwaphuma elinye ihhashi elibomvu; ohlezi phezu kwalo wanikwa amandla okususa ukuthula emhlabeni nokuba babulalane, wanikwa nenkemba enkulu. Viz kapitola |