Esteri 9:27 - IsiZulu 202027 abaJuda bakwenza kwaba ngumthetho wabo, nezizukulwane zabo, nanoma ngubani osephenduke umJuda, ukuthi ngesikhathi esifaneleyo ngonyaka lezo zinsuku ezimbili zigcinwe njengokusho komyalelo kaMoridekhayi, kungaphuthi. Viz kapitolaIBHAYIBHELI ELINGCWELE27 abaJuda banquma bamukela, bona nenzalo yabo, nabo bonke ababezihlanganisa nabo, ukuthi bayakugcina lezo zinsuku zombili njengokubhalwa kwazo nanjengesikhathi sazo esinqunyiweyo iminyaka yonke, bangaphuthi, Viz kapitolaContemporary Zulu Bible 202427 AmaJuda anquma futhi azithathela wona kanye nenzalo yawo nabo bonke abazihlanganisa nawo, ukuze kungapheli, ukuthi bagcine lezi zinsuku ezimbili njengemibhalo yabo nangesikhathi sazo esimisiwe unyaka nonyaka; Viz kapitola |