UJobe 1:6 - Contemporary Zulu Bible 20246 Kwathi ngolunye usuku amadodana kaNkulunkulu eza ukuma phambi kukaJehova, noSathane wafika phakathi kwawo. Viz kapitolaIBHAYIBHELI ELINGCWELE6 Kwathi ngelinye ilanga kwafika amadodana kaNkulunkulu ema phambi kukaJehova, kwafika noSathane phakathi kwawo. Viz kapitolaIsiZulu 20206 Langa limbe, amadodana kaNkulunkulu eza azibonakalisa phambi kukaSimakade, noSathane wafika waba mdibi munye nawo. Viz kapitola |