Esteri 2:10 - Contemporary Zulu Bible 202410 U-Esteri akabatshelanga abantu bakubo nomndeni wakubo, ngoba uMoridegayi wayemyalile ukuba angasho. Viz kapitolaIBHAYIBHELI ELINGCWELE10 Kepha u-Esteri wayengakhulumanga ngabantu bakubo nangezihlobo zakhe, ngokuba uMoridekayi wayeyiyalile ukuba ingakusho. Viz kapitolaIsiZulu 202010 U-Esteri akatshelanga muntu ngezihlobo zakhe noma ngabakubo, ngoba wayemdonse ngendlebe uMoridekhayi ukuba angasho lutho. Viz kapitola |