Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




NgokukaMarku 9:12 - Baasraak Zulu New Testament Bible

12 Waphendula, wathi kubo: “Nempela u-Eliya uyeza kuqala, abuyisele zonke izinto; nokuthi kulotshiwe kanjani ngeNdodana yomuntu ukuthi imelwe ukuhlupheka ngokuningi, idelelwe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Wayesethi kubo: “Nempela u-Eliya uyeza kuqala ukuba abuyisele konke; kepha kulotshiwe kanjani ngeNdodana yomuntu ukuthi izakuhlupheka ngokuningi, idelelwe, na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

12 Wayesethi kubo: “Impela u-Eliya uyakubuya kuqala ukuze abuyisele konke, kodwa kulotshweni ngeNdodana yomuntu ukuthi izakuhlupheka ngokuningi, idelelwe na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Waphendula, wathi kubo: “Nempela u-Eliya uyeza kuqala, abuyisele zonke izinto; nokuthi kulotshiwe kanjani ngeNdodana yomuntu ukuthi imelwe ukuhlupheka ngokuningi, idelelwe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




NgokukaMarku 9:12
30 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kusukela ngaleso sikhathi uJesu waqala ukubonisa abafundi bakhe ukuthi umelwe ukuya eJerusalema, ahlushwe ngokuningi ngamalunga nabapristi abakhulu nababhali, abulawe, avuswe ngosuku lwesithathu.


INdodana yomuntu iyamuka njengokulotshiweyo ngayo, kepha maye kulowo muntu iNdodana yomuntu ekhashelwa ngaye! ngabe kwaba kuhle kulowomuntu ukuba wayengazalwanga.


besithi: Khangela, sikhuphukela eJerusalema; njalo iNdodana yomuntu izanikelwa kubapristi abakhulu lababhali; bayakumgwebela ukufa, bamkhaphele kwabezizwe;


Kodwa ngithi kini: UEliya usefikile, basebesenza kuye konke ababekuthanda, njengokulotshiweyo ngaye.


Ngoba wayefundisa abafundi bakhe, wathi kubo: INdodana yomuntu inikelwa ezandleni zabantu, njalo bazayibulala; njalo emva kokuba esebulewe, uzavuka ngosuku lwesithathu.


Nawe, mntwana, uyakuthiwa umprofethi woPhezukonke, ngokuba wena uyakuhamba phambi kobuso beNkosi ukulungisa izindlela zayo;


UHerodi lamabutho akhe bameyisa, bamklolodela, bamgqokisa isembatho esikhazimulayo, bambuyisela kuPilatu.


Nesinye sezelelesi ezaziphanyekiwe samthuka, sithi: “Uma wena unguKristu, zisindise wena nathi.


Sebebuthene bambuza, bathi: “Nkosi, uyawubuyisela ngalesi sikhathi umbuso ku-Israyeli na?


Lo uyitshe eladelwa nina bakhi, eseliyinhloko yegumbi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka