Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




NgokukaMarku 15:6 - Baasraak Zulu New Testament Bible

6 Kepha ngomkhosi wayebakhululela isiboshwa sibe sinye, abasicelayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Kwathi ngomkhosi wayehleze ebakhululela isiboshwa sibe sinye abasicelayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

6 Kwakuthi njalo ngesikhathi somkhosi, uPilatu abakhululele isiboshwa sibe sinye abasicelileyo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Kepha ngomkhosi wayebakhululela isiboshwa sibe sinye, abasicelayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




NgokukaMarku 15:6
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Niyazi ukuthi emva kwezinsuku ezimbili kungumkhosi wePhasika, futhi iNdodana yomuntu izokhashelwa ukuba ibethelwe esiphambanweni.


Kodwa bathi: Kungabi ngomkhosi, hlezi kube khona isiyaluyalu ebantwini.


Kwakukhona umuntu othiwa nguBarabasi, ebotshiwe kanye lababevukele umbuso laye, ababebulele ekuvukeleni umbuso.


Kodwa uPetro wema ngaphandle emnyango. Khona waphuma lowo omunye umfundi owaziwa ngumpristi omkhulu, wakhuluma nomlindi wesango, wamngenisa uPetru.


Khona wamnikela kubo ukuba abethelwe. Basebemthatha uJesu, bahamba laye.


Kepha emva kweminyaka emibili kwangena uPorkiyu Festu esikhundleni sikaFeliksi;


Kepha uFestu ethanda ukujabulisa abaJuda, wamphendula uPawulu, wathi: “Uyathanda ukukhuphukela eJerusalema, wahlulelwe khona ngalezi zinto phambi kwami na?


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka