Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




NgokukaMarku 15:12 - Baasraak Zulu New Testament Bible

12 UPilatu waphinda waphendula, wathi kubo: Pho-ke nithanda ukuba ngimenzeni enithi uyinkosi yabaJuda na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 UPilatu wabuye waphendula, wathi kubo: “Pho-ke, ngimenzenjani lo enithi uyinkosi yabaJuda na?”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

12 UPilatu wabuye waphendula, wathi kubo: “Pho nithi angenzenjani ngalona enithi uyinkosi yabaJuda na?”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

12 UPilatu waphinda waphendula, wathi kubo: Pho-ke nithanda ukuba ngimenzeni enithi uyinkosi yabaJuda na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




NgokukaMarku 15:12
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Tshelani indodakazi yaseSiyoni ukuthi: Bheka, iNkosi yakho iza kuwe, imnene, ikhwele imbongolo, nethole lembongolo;


Kepha abapristi abakhulu babhebhezela isixuku ukuba kungcono abakhululele uBaraba.


Basebememeza futhi, besithi: Mbethele!


Base beqala ukumthwesa icala, besithi: Simfumene lo edukisa isizwe, enqabela ukuthela kuKesari, esithi yena unguKristu iNkosi.


yena uNkulunkulu wamphakamisa ngesandla sakhe sokunene abe nguMbusi noMsindisi, ukuze anike u-Israyeli ukuphenduka nokuthethelelwa kwezono.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka