Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




IzEnzo 5:34 - Baasraak Zulu New Testament Bible

34 Kwasekusukuma omunye emphakathini, umFarisi ogama lakhe linguGamaliyeli, umfundisi womthetho otusekayo kubantu bonke, wayala ukuba abaphostoli bakhishwe isikhashana;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 Kwase kusukuma omunye emphakathini, umFarisi ogama lakhe linguGamaliyeli, isazimthetho esitusekayo esizweni sonke, wayala ukuba abantu bakhishwe isikhashana;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

34 Kwase kusukuma omunye emkhandlwini, umFarisi ogama lakhe nguGamaliyeli, isazimthetho esihlonishwayo esizweni sonke, wayala ukuba laba abantu bakhishelwe phandle isikhashana;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

34 Kwasekusukuma omunye emphakathini, umFarisi ogama lakhe linguGamaliyeli, umfundisi womthetho otusekayo kubantu bonke, wayala ukuba abaphostoli bakhishwe isikhashana;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzEnzo 5:34
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kwathi emva kwezinsuku ezintathu bamfumana ethempelini, ehlezi phakathi kwabafundisi, ebazwa, ebabuza.


Kwathi ngolunye usuku efundisa, kwakuhlezi khona abaFarisi nabafundisi bomthetho ababephuma kuyo yonke imizi yaseGalile, naseJudiya, naseJerusalema, namandla eNkosi. khona ukubaphulukisa.


UJesu waphendula, wathi kuye: “Wena ungumfundisi ka-Israyeli, awuzazi lezi zinto na?


Mina-ke ngingumuntu ongumJuda, owazalelwa eTarsu, umuzi waseKhilikhiya, nokho ngakhulela kulo muzi ngasezinyaweni zikaGamaliyeli, ngifundisiwe ngomthetho wawoyise opheleleyo, ngishisekela uNkulunkulu, njengoba ninjalo nonke namuhla.


Kodwa sebebalayile ukuthi baphume emphakathini, bacebisana bodwa.


Sebezwile bangena ethempelini ekuseni kakhulu, bafundisa. Kepha kwafika umpristi omkhulu nababe naye, babizela ndawonye umkhandlu nawo onke amadoda amakhulu abantwana bakwa-Israyeli, bathumela etilongweni ukuba balethwe.


Sebebalethile babamisa phambi komphakathi; umpristi omkhulu wababuza.


Wathi kubo: “Madoda akwa-Israyeli, ziqapheleni eniyakukwenza kulaba bantu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka