Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




IzEnzo 5:24 - Baasraak Zulu New Testament Bible

24 Kwathi umpristi omkhulu, nenduna yethempeli, nabapristi abakhulu bezwile lokho, bamangala ngabo ukuthi lokhu kuzokwenzakalani.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Kwathi ukuba induna yethempeli nabapristi abakhulu bezwe lawo mazwi, basambatheka ngawo ngokuthi kungaba yini lokho na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

24 Kuthe lapho iwezwa lawa mazwi induna yethempeli nabaphristi abakhulu, bamangala ukuthi ngabe kwenzekeni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Kwathi umpristi omkhulu, nenduna yethempeli, nabapristi abakhulu bezwile lokho, bamangala ngabo ukuthi lokhu kuzokwenzakalani.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzEnzo 5:24
17 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wasuka wahamba, wakhuluma nabapristi abakhulu nezinduna, ukuthi angamkhaphela kanjani kubo.


UJesu wayesethi kubapristi abakhulu nezinduna zethempeli namalunga ababeze kuye: “Niphume niphethe izinkemba nezinduku kungathi nize kumphangi na?


AbaFarisi bakhuluma bodwa, bathi: “Niyabona ukuthi anisizi lutho na? bheka, umhlaba uyamlandela.


Bamangala bonke, bangabaza, bathi omunye komunye: “Kuyini lokhu na?


Kwathi besakhuluma ebantwini, abapristi lenduna yethempeli labaSadusi beza phezu kwabo.


Kuthe sebebasongela futhi, babakhulula, bengafumani lutho lokuthi bangabajezisa kanjani ngenxa yabantu, ngokuba bonke babedumisa uNkulunkulu ngalokho okwenzekileyo.


esithi: Intolongo siyifice ivaliwe ngokulondeka konke, nabalindi bemi ngaphandle phambi kweminyango;


Kwase kufika omunye wababikela, wathi: “Bhekani, amadoda ebeniwafakile etilongweni emi ethempelini, efundisa abantu.


Khona yahamba induna nezikhonzi, zabaletha kungengamandla, ngokuba besesaba abantu, funa bakhandwe ngamatshe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka