Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




IzEnzo 19:40 - Baasraak Zulu New Testament Bible

40 Ngoba sisengozini yokumangalelwa ngesiyaluyalu salamuhla, kungekho sizathu esingalandisa ngaso ngalo mbuthano.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

40 Ngokuba-ke sisengozini yokumangalelwa ngomsindo wanamuhla, lokhu kungekho sizathu esingazilandulela ngaso ngalesi siwiliwili.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

40 Impela sisengozini yokumangalelwa ngenxa yesiphithiphithi sanamuhla, ngokuba akukho sizathu esingazilandulela ngaso ngalesi siyaluyalu.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

40 Ngoba sisengozini yokumangalelwa ngesiyaluyalu salamuhla, kungekho sizathu esingalandisa ngaso ngalo mbuthano.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzEnzo 19:40
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kodwa bathi: Kungabi ngomkhosi, hlezi kube khona isiyaluyalu ebantwini.


Njengoba abanengi sebebambele isandla ukuhlela isimemezelo sezinto ezikholwayo phakathi kwethu,


Kepha uma nibuza utho ngezinye izinto, luyakunqunywa emhlanganweni osemthethweni.


Eseshilo lokho walichitha ibandla.


Kwathi sesiphelile isiyaluyalu, uPawulu wabizela kuye abafundi, wabagona, wamuka ukuya eMakedoniya.


Kwathi besafuna ukumbulala, kwafika umbiko enduneni yenkulungwane ukuthi lonke iJerusalema liyayaluza.


Awuyena lowo mGibhithe owasusa isiyaluyalu ngaphambi kwalezi zinsuku, waholela ehlane amadoda ayizinkulungwane ezine angababulali na?


Kwathi uFeliksi esezwile lezizinto, ekwazi ngokugcweleyo kakhulu ngaleyo Ndlela, wababuyisela emuva, wathi: Nxa uLisiya induna yenkulungwane esehlile, mina ngizakwazi ngokugcwele indaba yenu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka