URuthe 3:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE7 UBowazi wadla waphuza, inhliziyo yakhe yathokoza, waya ukulala ngasekugcineni kwenqwaba yamabele; wafika kahle, wambula izinyawo zakhe, walala. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20207 UBhowazi wadla, waphuza, wenama, wayesehla eyolala ngasekugcineni kwenqwaba yebhali. URuthi wanyonyoba wembula ingubo ezinyaweni zikaBhowazi, walala lapho. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20247 UBhowazi esedlile waphuza, inhliziyo yakhe yathokoza, walala ekupheleni kwenqwaba; weza ngobumnene, wavula izinyawo zakhe, walala phansi. Uka jalj uñjjattʼäta |
Lapho umuntu esesukuma ukuba ahambe, yena nesancinza sakhe nenceku yakhe, umukhwe wakhe, uyise wentombi, wathi kuye: “Bheka, ilanga seliyathambama, sekuzakuhlwa; ake uhlale ubusuku bonke; yebo, ilanga seliyakuphela; hlala lapha ukuba inhliziyo yakho ithokoze, nivuke kusasa ekuseni kakhulu, nihambe indlela yenu ukuba ufike etendeni lakho.”