Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




URuthe 3:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Yebo, kuqinisile ukuthi ngingumhlengi, kepha kukhona umhlengi omkhulu kunami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

12 Impela kuliqiniso ukuthi ngiyisihlobo sakho, kodwa kukhona omunye umhlengi oseduze kakhulu kunami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Manje kuyiqiniso ukuthi ngiyisihlobo sakho segazi esiseduze nawe; kodwa kukhona isihlobo esiseduze kunami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




URuthe 3:12
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngakho-ke konke nokungakanani enifuna ukuba abantu bakwenze kini, kwenzeni nani kanjalo kubo; ngokuba lokhu kungumthetho nabaprofethi.


ukuba kungabikho noyedwa omonayo, aphambe umfowabo ngento, ngokuba iNkosi ingumphindiseli kukho konke lokho, njengokuba sanitshela phambili, saqinisa.


UNawomi wathi kumalokazana wakhe: “Makabusiswe nguJehova ongayekanga umusa wakhe kwabaphilileyo nakwabafileyo.” UNawomi wathi kuye: “Lowo muntu uyisihlobo sethu, ungowabahlengi bethu.”


Manje, ndodakazi yami, ungesabi; ngiyakukwenzela konke okushoyo, ngokuba wonke umuzi wabantu bakithi uyazi ukuthi ungowesifazane olungileyo.


Hlala lobu busuku; kuyakuthi ekuseni, uma ekuhlenga, kulungile, makakuhlenge; kepha uma engathandi ukukuhlenga, mina ngiyakukuhlenga, kuphila kukaJehova; lala kuze kuse.”


UBowazi wenyukela esangweni, wahlala phansi khona; bheka, umhlengi akhuluma ngaye uBowazi, wadlula; wathi kuye: “We wena sibanibani, phambuka, uhlale lapha.” Waphambuka, wahlala phansi.


bengithi ngiyakukwambulela kuwe, ngithi: Lithenge phambi kwabahleziyo lapha naphambi kwamalunga abantu bakithi; uma ulithenga, lihlenge; kepha uma ungalithengi, ngitshele ukuba ngazi, ngokuba akakho ongalihlenga ngaphandle kwakho, mina ngisemva kwakho.” Wayesethi: “Ngiyakulihlenga.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka