Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UNehemiya 4:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 nabakhi bonke babe nenkemba ibhincwe ezinkalweni zabo, bakha kanjalo. Owabetha icilongo wayengaseceleni kwami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

18 Bonke abakhayo babegaxe izinkemba ezinqulwini zabo, beqhubeka bakha. Indoda eyayihlaba umkhosi ngecilongo, yayiseduze kwami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Kubakhi, yilowo nalowo wabhinca inkemba yakhe okhalweni lwakhe, bakha kanjalo. Futhi owayeshaya icilongo wayenami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNehemiya 4:18
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngase ngimisa ngenzansi ezindaweni ezisemva kogange nakwezisobala abantu ngemindeni yabo, benezinkemba zabo, nemikhonto yabo, neminsalo yabo.


Abavusayo ugange nabathwalayo imithwalo bazithwesa benza umsebenzi ngesinye isandla, nangesinye baphatha izikhali zabo;


Ngokuba ngangithe kwabakhulu nakubabusi nakwabanye abantu: “Umsebenzi mkhulu, ubanzi, sahlukene ogangeni, omunye ukude nomunye.


nalapho yena esebona inkemba yehla phezu kwezwe, abethe icilongo, axwayise abantu,


Nxa niphuma impi ezweni lakini ukuyokulwa nesitha esinicindezelayo, khona niyakuhlaba umkhosi ngamacilongo, nikhumbuleke phambi kukaJehova uNkulunkulu wenu, nisindiswe ezitheni zenu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka