Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UNehemiya 4:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Abavusayo ugange nabathwalayo imithwalo bazithwesa benza umsebenzi ngesinye isandla, nangesinye baphatha izikhali zabo;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

17 ababakha kabusha ugange. Ababethwala imithwalo, bathwala imithwalo yabo ngesandla esisodwa ngesinye bephethe izikhali.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Labo abakha odongeni, nabathwala imithwalo, nabayithwesayo, baqala ukusebenza ngesandla esisodwa, baphatha isikhali ngesinye;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNehemiya 4:17
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngase ngimisa ngenzansi ezindaweni ezisemva kogange nakwezisobala abantu ngemindeni yabo, benezinkemba zabo, nemikhonto yabo, neminsalo yabo.


Kusukela kulolo suku inxenye yezinceku zami yasebenza emisebenzini, nenxenye yazo yaphatha imikhonto, nezihlangu, neminsalo, namabhantshi ensimbi; ababusi babe semva kwendlu yonke yakwaJuda.


nabakhi bonke babe nenkemba ibhincwe ezinkalweni zabo, bakha kanjalo. Owabetha icilongo wayengaseceleni kwami.


Ukumphakamisa uNkulunkulu makube semlonyeni wabo, nenkemba esika nhlangothi zombili esandleni sabo,


Onke aphethe izinkemba, afundile ukulwa; yilowo nalowo muntu unenkemba yakhe okhalweni lwakhe ngokwesaba ebusuku.


“Ngalokho yazi, uqonde ukuthi, kusukela ekuphumeni kwezwi lokubuyisa nokwakha iJerusalema kuze kufike ogcotshiweyo, umbusi, kuyakuba ngamasonto ayisikhombisa, lihlale lakhiwe, izitaladi zalo nogange lwalo, amasonto angamashumi ayisithupha nambili nasesikhathini sokuhlupheka.


Abahlohlolozani omunye nomunye; bahamba, kube yilowo nalowo ngendlela yakhe; baziphonsa phakathi kwezikhali, abakhawuli.


Lindani nigxile ekukholweni, nibe ngamadoda, nibe namandla.


ngokuba ngivulelwe umnyango omkhulu wethuba lokusebenza; nabamelene nami baningi.


Uma abanye behlanganyela lawo mandla phezu kwenu, kungebe yithi kakhulu na? Nokho asilisebenzisanga lelo gunya, kepha sibekezela ngakho konke, ukuze singalithiyi ivangeli likaKristu.


nangezwi leqiniso, nangamandla kaNkulunkulu, nangezikhali zokulunga zesokunene nezesokhohlo,


ningethuswa ngalutho ngabamelene nani, okuyisiboniso sokubhubha kubona kepha ngesokusindiswa kwenu; lokhu-ke kuvela kuNkulunkulu.


Hlanganyela nami ukuhlupheka njengebutho elihle likaKristu.


Ngikulwile ukulwa okuhle, ngiqedile ibanga, ngigcinile ukukholwa;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka